Song: Khuluma Ngayo
Artist:  Naima Kay
Year: 2018
Viewed: 42 - Published at: 10 years ago

[Verse 1]
Ungayifihli inking'onayo
Khuluma ngayo
Sisi wam'ungalahl'ithemba
Khuluma ngayo
Ungathuli nenkinga yakho
Vul'inhliziyo
Manje lithuba
Lokukhuluma ngayo

[Chorus]
Mus'uku fihl' ukuth' ukuphethe kabi
Mus'uku fihl'ukuth' uyakuhlukumeza
Mus'uku fihl' ukuth 'ukuphoqile
O khuluma ngayo

Mus'uku fihl' ukuth' ukuphethe kabi
Mus'uku fihl'ukuth' uyakuhlukumeza
Mus'uku fihl' ukuth 'ukuphoqile
O khuluma ngayo
[Verse 2]
Ngesikhathi ekwenza kuwe
Wazi kahl'ukuthi wenz'icala
Ukuphoqe wath'ungawuvul'umlomo
Ungakhulumi ngayo
Uthembisile ngomcebo wonke
Wath'ungowakho nje qha wen'uvuma
Kodw'akubanga njal'uvele wemuka
O khuluma ngayo

[Chorus]
Mus'uku fihl' ukuth' ukuphethe kabi
Mus'uku fihl'ukuth' uyakuhlukumeza
Mus'uku fihl' ukuth 'ukuphoqile
O khuluma ngayo

Mus'uku fihl' ukuth' ukuphethe kabi
Mus'uku fihl'ukuth' uyakuhlukumeza
Mus'uku fihl' ukuth 'ukuphoqile
O khuluma ngayo

Mus'uku fihl' ukuth' ukuphethe kabi
Mus'uku fihl'ukuth' uyakuhlukumeza
Mus'uku fihl' ukuth 'ukuphoqile
O khuluma ngayo
Mus'uku fihl' ukuth' ukuphethe kabi
Mus'uku fihl'ukuth' uyakuhlukumeza
Mus'uku fihl' ukuth 'ukuphoqile
O khuluma ngayo

[Outro]
O khuluma ngayo
O khuluma ngayo
O khuluma ngayo
O khuluma ngayo
Khuluma ngayo
O khuluma ngayo

( Naima Kay )
www.ChordsAZ.com

TAGS :