Song: Makushona Ilanga
Year: 2021
Viewed: 35 - Published at: 4 years ago

Ngiphuma emsebenzini
Yeah
Ngizofika ekhaya ngovivi
Yeah
Ngicela uze ungalali
Uhm
Ngifuna ukudlula kini
Ow yeah

Ngifuna ukukuphathela izipho
Yah
Ngifuna ukukujabulisa
Ayaya yayah
Phela kade sagcinana
Manje ngifuna ukuba nawe

Makushona ilanga
Ngisondela ngakini
Ngeke ngilale mina
Ngingakubonanga nje
Makushona ilanga
Ngisondela ngakini
Ubumnyama bona
Isiphazamiso sami

Makushona ilanga we
Dali wena ubongifonela
Angisakhoni ukulinda
Last time sigcina ukukhuluma
Wathi uzongiCall back
Namanje ngisakulindile
Isikhwele sami asipheli nya

Ubuhle bakho buyangimangaza
Ismile sakho siyangichaza
Umzimba wakho uyangithakatha
Dilika ntaba zibonane
Ngicele omalume bevele
Sixoxa lona udaba lwethu
Sifasa ifindo thina manje

Makushona ilanga
Ngisondela ngakini
Ngekе ngilale mina
Ngingakubonanga nje
Makushona ilanga
Ngisondela ngakini
Ubumnyama bona
Isiphazamiso sami

Makushona ilanga
Ngisondеla ngakini
Ngeke ngilale mina
Ngingakubonanga nje

Makushona ilanga
Ngisondela ngakini
Ubumnyama bona
Isiphazamiso sami

( Skoots & Smoosh )
www.ChordsAZ.com

TAGS :