Song: Hi-Phop speaks
Artist:  Pyro
Year: 2021
Viewed: 82 - Published at: 7 years ago

[Interlude: Hi-Phop]
Yabo mina, mfwethu
Ngihlezi ngizwa kuthiw abantu bashawa I-depression kwi-industry, wara wara, yabo.

Mina ngike ngithi u-music mina yami
Mina uke uwuzwe u-music engiwenzayo ukuthi kuvele kube eny'into nje yo-music
Ongeke uze ukwaz' ukuy'chaza

Mina, mfwethu, u-music ngiwenzela mina k'qala before everyone else, yabo.
Mina, I-track... Mangenza ingoma ngsuke ngyenzela mina k'qala ukuthi nje kube eyami.
Yabo, nje, ngiylalele noma inini mangfuna ukuylalela

'cause, it's like, sometimes you wanna listеn to certain songs yabo kodwa manje azikho.
So, yabo, then uyazеnzela ke wena leyongoma leyo.

I think kfanele kiqale kube u-music ugculise... u-music wakho ugculise wena k'qala before abanye abantu bawuzwe, yabo. Int' ekanjalo.

So, ang'yazike lento ye-depression. Yabo.
Ngoba manje abanye abantu baz'nikeza bona I-pressure athi umuntu, "Ey, ngifun ukuthi nje ngo June ngibe seng' blow up-ile." Ngo-June?! Ey dawg, sok'ncwaba! Yabo.

Mina nje mfwethu ngifuna ukuzishayela u-music, nje. Ngiloke ngiz'shayela u-music. Uloke ungijabulisa, ungijabulisa, ungijabulisa.
Mase ngiBlow up sengiy a blow up, sekuy' bonus uku-blow up-a, Yabo. Leyompahla ke.

Nanokuthi ke ke sifuna imali. Imali ayikho, ndoda, ey.

( Pyro )
www.ChordsAZ.com

TAGS :